Search our News

Home | About Us | Advertise | Contact Us

 Publications
Chatsworth Tabloid
Weekly Gazette
Phoenix Tabloid
Umlazi Times
eThekwini Times
Southern Star
Northern Star
Newcastle Express
Ladysmith Herald
Highway News

 Classifieds
Search Classifieds
View Classifieds
Submit Classifieds

 Regulars

 Newsletter
Sign up for our
Newsletter



 General
About Tabloid
Jobs @ Tabloid
Advertising
FAQ's
Feedback
Terms & Conditions
Contact Us


 
 eThekwini Times Friday 10 September 2010

Izoshintsha impilo yezintandane ezinikelelwe ngungqongqoshe


Usheshe wafika uKhisimusi kubafanyana abathathu bonke abayizintandane nabahlala eCato Manor njengoba behlelwe inhlanhla yokuthola uxhaso kulowo onguNgqongqoshe weZemidlalo nokuGcebeleka uMnuz. A. Rajbansi osesithombeni. Ungqonqgoshe usukumele phezulu emva kokuthintwa udaba lwazo lokuhlupheka njengoba ezimbili zishonelwe ngumama wazo muva nje. Abazali balaba bafana sebadlula emhlabeni kanti uthintwe kakhulukazi yitshisekelo yabo yokuthanda isikole. Ungqongqoshe unikelele kuzo ngokudla, wabathengela izingubo zokugqoka, waphinde wazibophezela ekutheni azikhokhelwe imali yesikole , imifaniniswano nazo zonke izidingo zesikole zize ziphothule uMatikuletsheni. Laba bafana bangoMbongeni no Phumlani Khuboni kanye no Mfundo Ngcongo ngesikhathi behambele ehhovisi lika Ngqongqoshe.

 Paper Features
Paper Home
Editors Note
The Paper

 Premium Adverts


Home | About Tabloid | Jobs @ Tabloid | Advertising | Terms & Conditions
Copyright © Tabloid Newspapers | Contact Us